
Spirit of Praise
Singer


Dumi Mkokstad singing "Asikho Isikhali" from Spirit Of Praise 10 LYRICS Section - A Choir Siphila Lapho Kungaphili muntu khona Sidlula Lapho Kungadluli muntu khona x2 Dumi ββ Asikho isikhali Esenzelwe Mina nawe Esiyophumelela uJehova engaKithi B section β¦. Siqala eDolweni Umasiya empini Ngoba amandla ethu Ase Mkhulekweni x2 Laphβ usathane Ehlasela Sibika eNkosini Inkosi isibiyele NgeMuva nangaphambili x2 sec C (Chorus) Siphila Lapho Kungaphili muntu khona Sidlula naLapho Kungadluli muntu khona Asikho isikhali Esenzelwe Mina nawe Esiyophumelela uJehova engaKithi D sec VERSE 2. (call and respond ) (Dumi) Noma sesifakwa Emlilweni oPhindaphindiwe (Choir) β¦.. SIYAPHILA!!! (Dumi) naseMgodini weziNgonyama (Choir) β¦.. SIYAPHILA!!! Inkosi isibiyele ngemuva nangaphambi (Dumi) - bamangale abantu bebona siphuma ezingozini zeMoto (Choir) SIYAPHILA!!! Bamangale abantu bebona sidlul emlilweni (Choir) SIYAPHILA!!! inkosi isibiyele Ngemuva nangaphambili x2 BACK TO CHORUS Siphila Lapho Kungaphili muntu khona Sidlula naLapho Kungadluli muntu khona x4 Asikho isikhali Esenzelwe Mina nawe Esiyophumelela uJeohova engaKithi x1 The end βAt the right time, I the Lord will make it happen.β Isaiah 60:22
Download subtitle files for this content
No subtitle files available for this title.

Spirit of Praise
Singer